ukuphupha Edlelweni ulusile izinkomo emadlelweni. ukuphupha Edolobheni uyohola iqolo, ukuphupha imali yeqolo, ulayini omude wemali yeqolo. ukuphupha Edolweni ulimele kungahambeki ubuhlungu bedolo. ukuphupha Edwaleni ugibela edwaleni or ematsheni, ukuphupha amadwala. ukuphupha Efasiteleni umuntu elunguza ukuphupha kuvela umuntu efasteleni ekubuka. ukuphupha Egalaji uthela petrol nezinye izimoto or ukuphupha usebenza egaragy. ukuphupha Egoli usebenza or usuhlala khona usukhuluma omara abangapheli kanti uhlala emkhukhwini. ukuphupha Egumbini or Egunjini lokufundela, ukuphupha isikole, usesikoleni, igumbi lokufundela, eclassini. ukuphupha Ehholo lomphakathi ukuphupha ihholo lomphakathi. ukuphupha Ehhostela /Ehostela uhleli ehostela, usuhlala ehostela emzini wezinsizwa. ukuphupha Ehhovisi /Ehovisi usune office wenza umsebenza wasehovisini kuchazani. ukuphupha Ehlane uhamba wedwa udukile ungasayiboni indlela egodukayo. ukuphupha Ehlanzeni uhamba ehlanzeni wedwa or uhamba nabangani bakho. ukuphupha Ehlathini elimnyama phakathi uwedwa or udukile ehlathini. ukuphupha wEhlukana nomuntu ojola naye noma othandana naye. ukuphupha Ehlukanisa unyaka, ukuphupha wehlukanisa unyaka kuphela unyaka . ukuphupha Ehlula ukuphupha nilwa wehlula umuntu umshaya or ekushaya umhlula ngamandla . ukuphupha Ehotela ubhukhile nomuntu wakho or umuntu ongamazi ukuphupha ehotela ulele khona . ukuphupha Ejele uboshiwe uyisiboshwa ugwetshiwe ukuphupha uboshwa amaphoyisa usejele uvalelwe. ukuphupha Ejimini ujima ngezinsimbi or ujimela iboxing or ujima ikarati or ufukula izinsimbi. ukuphupha Ekameleni nomuntu othandana naye usekamelweni . ukuphupha Fahlaza or ufahlaza izinto usukwe icosha uwisa izinto uzishaya phansi. ukuphupha uFela umuntu ngamathe, ukhwifa umuntu ngamathe noma ufelwa ngumuntu ngamathe. ukuphupha uFica umuntu ongamazi endlini yakho noma ufica umnewenu endlini yendoda yakho. ukuphupha uFihla umama wakho or ubaba wakho or umngani wakho or isihlobo sakho or umalume wakho. ukuphupha uFihlwa ushonile wena abantu bekugcwaba ufihlwa. ukuphupha Fika ukuphupha ufika ekhaya or emsebenzini or ufika endlini yendoda. ukuphupha kuFiwa noma kufiwe or kushoniwe ekhaya ukuphupha kunesifo ekhaya kuchazani. ukuphupha Funda ufunda iphepha or ibible or ufunda izindaba or ufunda incwadi. ukuphupha Fundela ukuphupha ufundela ubuthisha or ubudokotela or ubummeli ukuphupha ufunda ecollege or univesirty. ukuphupha Fundisa ukuphupha unguthisha ufundisa izingane ufundisa esikoleni. ukuphupha Funeka ukuphupha ufuneka ubaleka ufunwa amaphoyisa noma ufunwa ngabantu. ukuphupha Fuza ukuphupha ufunza ingane encane ukudla. ukuphupha Ganga ukuphupha uganga noma udlala ngento okungamele udlale ngayo. ukuphupha Ganwa ukuphupha uganiwe, or ukuphupha usuganwa. ukuphupha Geza ukuphupha ugeza ingane or ukuphupha ugeza umzimba or ugeza ubuso or ugeza emfuleni. ukuphupha Gibela ukuphupha ugibela or ugibele imoto or ugibela esihlahleni or ugibela ibhasi or ugibela truck. ukuphupha Gijima ukuphupha ugijima ushiya abantu or ugijima kungagijimeki udonseleka emuva or ukuphupha ugijima kakhulu. ukuphupha Giya ukuphupha ugiya esibayeni, ugiya kakhulu emcimbini, ugiya phambi kwabantu. ukuphupha Gqoka or uqgoke kahle or uqgoke izimpahla ezintsha or ugqoke izingubo ezintsha. ukuphupha Gubhu ukuphupha isigubhu sokuhlola, isigubhu semali, isigubhu sezangoma, isigubhu sezayoni or isigubhu sabalozi. ukuphupha Gula ukuphupha ugula uphethwe isifo, uphethwe isisu, uphethwe ingculaza, uphethwe ikhanda, ukuphupha ugulela ukufa esibhedlela. ukuphupha Guqa ukuphupha uguqa ngamadolo uthandaza noma uguqa ngamadolo ushisa impepho or ukuphupha uguqe ngamadolo . ukuphupha Gwetshwa enkantolo, icala lokuthetha, ukuphupha uthola isigwebo. ukuphupha Gxeka ukuphupha ugxeka abantu uphikisana nabo. ukuphupha Gxekwa ukuphupha abantu bephikisa nawe bekugxeka. ukuphupha Enyuvesi ufunda ungumfundi wasenyuvesi or ukuphupha uvakashele enyuvesi. ukuphupha Eposini ukuphupha uposa isipho or uposa incwadi or uthola incwadi eposini. ukuphupha Epulazini kungenzeka uphuphe usebenza epulazini. ukuphupha Eqakaleni ukuphupha unento ebuhlungu eqakaleni. ukuphupha Eqenjini ukuphupha ujoina iqembu or ukuphupha iqembu lepolitiki noma iqembu lebhola. ukuphupha Esibayeni usenga noma uvulela izinkomo, ukuphupha usesibayeni, ukuphupha isibaya. ukuphupha Esibukweni ukuphupha ubona isibuko or uzibuka esibukweni. ukuphupha Esidlekeni ukuphupha uthola inyoni or isidleke senyoni or utholela ngenyoni enesidleke or ubona amaqanda enyoni. ukuphupha Esihlathini ukuphupha ushawa esihlathini ngempama .
ukuphupha Esihlalweni ukuphupha usesihlalweni sobukhosi noma uyinkosi. ukuphupha Esikhotheni ukuphupha into esikhotheni okungaba inyoka esikhotheni. ukuphupha Ethuneni ukuphupha usemathuneni noma ukuphupha ushonile usethuneni. ukuphupha Evenini ukuphupha uboshiwe uphakathi evenini yamaphoyisa or ukuphupha usevenini ngemuva. ukuphupha Eweni ukuphupha uwa eweni, ukuphupha uwela eweni or undiza phezulu kwaseweni. ukuphupha Eyunivesithi ukuphupha ungumfundi enyuvesithi or uvakashile enyuvesithi. ukuphupha Ezaleni ukuphupha uthola imali ezaleni, ukuphupha usezaleni. ukuphupha Eziko ukuphupha ikati lilele eziko, ukuphupha iziko or eziko. ukuphupha Ezulwini ukuphupha usezulwini or ukuphupha ukezulwini . ukuphupha Hamba ukuphupha uhamba kini or uhamba uya kude or uhambile . ukuphupha Hambahamba ukuphupha uhambahamba uthakatha . ukuphupha Hambisana ukuphupha uhambisana nomuntu wakho or uhambisana nomuntu owawuthandana naye. ukuphupha Hanjwa ukuphupha izinto emzimbeni wakho. ukuphupha Hlawula ukuphupha uhlawula ingane or ingane yakho ihlawulwa. ukuphupha Hlamba ukuphupha uwasha izingubo noma uhlamba izingubo noma uzihlamba wena ugeza. ukuphupha Hlangabeza ukuphupha uhlangabeza umuntu wakho noma ingane yakho or uhlangabeza umuntu noma imuphi. ukuphupha Hlangana ukuphupha nomuntu omthandayo or owawuthandana naye i ex yakho . ukuphupha Hlanya ukuphupha uhlanya umuntu ohlanyayo , uhlanya lukushaya noma uxabana nohlanya. ukuphupha Hlanza ukuphupha uhlaza noma uphalaza or uhlaza ukilina indlu, uphupha uhlanza indlu yakho ohlala kuyona. ukuphupha Hlaselwa ukuphupha uhlaselwa ngabantu or abantu ongabazi or uhlaselwa izitha zakho. ukuphupha Hleka ukuphupha uhleka ujabula, uhleka kakhulu ngabe kuchazani ukuhleka ephusheni.. ukuphupha Hlekisa ukuphupha uhlekisa abantu ungusomahlaya abantu behleka amahlaya akho. ukuphupha Hlekwa ukuphupha uhlekwa abantu bekuhleka befa insini behleka wena. ukuphupha Hleli / Hlezi ukuphupha uhleli nomuntu wakho or nomuntu owawuthandana naye or ex yakho no uhleli ngengane or umntwana. . ukuphupha Hlola ukuphupha uhlola kwisangoma isingoma sikubhulela noma uphupha. ukuphupha Hlolwa ukuphupha uyintombi ehlolwayo uhlolwa, or ukuphupha uhlolwa esikoleni kuhlolwa kubhalwa ama exams or isivivinyo. ukuphupha Hlonishwa ukuphupha ungumuntu ohlonishwayo ukuphupha uhlonishwa. ukuphupha Hlosa ukuphupha uhlosa . ukuphupha Hlukana ukuhlukana nomuntu othandana naye noma uhlukana nomkhwenyana or uhlukana nesithandwa sakho or uhlukana nodali wakho. ukuphupha Hlulwa ukuphupha uhlulwa yinto or uphupha ufeyila esikoleni or uphupha uhlulwa isikole. ukuphupha Hlupheka ukuphupha ukuhlupheka, ukuphupha ulambile, ukuphupha indlala, ukuphupha ungenalutho. ukuphupha Hola ukuphupha uhola imali, ukuphupha uholile, ukuphupha uhola imali yeqolo, ukuphupha uhola kodwa ungasebenzi.
Read more dreams belowCopying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |